Jump to content

Grants:IdeaLab/Inspire/Mass message/zu

From Meta, a Wikimedia project coordination wiki
This page is a translated version of the page Grants:IdeaLab/Inspire/Mass message and the translation is 100% complete.

NgoJuni sihlela umkhankaso wokugqugquzela futhi sisekele imibono emisha egxile ekukhulumeni ukuhlukumeza ekhuthaza kubanikeli beWikimedia Inhlolovo Yokuvusa Ka2015 ibonise ubufakazi bokuthi ukuhlukumeza ngezindlela ezihlukahlukene ukubizwa ngamagama izinsongo ukucwaswa ukucupha nokuzenza ongeyena phakathi kokunye kugcwele. Izindlela ezitholakalayo nezinhlelo zokubhekana nokuhlukumeza nazo zibhekwa njengezingasebenzi Lokhu kuziphatha kuyingozi ngokusobala futhi ngaphezu kwalokho abantu abaningi abahlangabezana noma ababona ukuhlukunyezwa babamba iqhaza kancane kumaphrojekthi we Wikimedia noma bayeke ukunikela ngokuphelele.

Iziphakamiso zanoma yiluphi ulimi zamukelekile ngesikhathi somkhankaso amaphrojekthi ocwaningo izixazululo zobuchwepheshe ukuhlela umphakathi kanye nezinhlelo zokufinyelela noma into entsha ngokuphelele! Uxhaso luyatholakala ku Wikimedia Foundation ngamaphrojekthi adinga usekelo lwezezimali Impendulo eyakhayo ngemibono iyaziswa futhi ukubambisana kuyakhuthazwa amakhono akho nolwazi kungasiza ukwenza iphrojekthi yomunye iphile Sithandwa kuInspire Campaign ukuze sisebenzisane ukuthuthukisa imibono mayelana nalolu daba olubalulekile nolunzima.